May 22-28
JEREMIYA 44-48
INgoma 70 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Musa ‘Ukuzifunela Izinto Ezinkulu’”: (10 imiz.)
Jer 45:2, 3—Ukucabanga kukaBharuki okungalungile kwambangela usizi (jr 104-105 ¶4-6)
Jer 45:4, 5a—Ngomusa, uJehova wakulungisa ukucabanga kukaBharuki (jr 103 ¶2)
Jer 45:5b—UBharuki wazisindisa ngokugxila ezintweni ezibaluleke kakhulu (w16.07 8 ¶6)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Jer 48:13—Kungani abakwaMowabi babeyoba “namahloni ngoKemoshi”? (it-1 430)
Jer 48:42—Kungani isahlulelo sikaJehova kwabakwaMowabi siqinisa ukholo? (it-2 422 ¶2)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo engokomoya oyithole ezahlukweni zeBhayibheli zaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 47:1-7
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) hf—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) hf—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 199 ¶9-10—Bonisa umfundi kafushane ukuthi angacwaninga kanjani ngovivinyo oluthile abhekene nalo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Basha—Ningazifuneli Izinto Ezinkulu: (15 imiz.) Dlala i-video ethi Intsha Iyabuza—Ngizokwenzani Ekuphileni?—Bacabanga Ngezinqumo Abazenza bese nixoxa ngayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 min.) kr “Ingxenye 4—Ukunqoba KoMbuso—Ukumisa Izindaba Ezinhle Ngokomthetho,” isahl. 13 ¶1-10
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 17 Nomthandazo