May 15-21
JEREMIYA 39-43
INgoma 133 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Uyonikeza Lowo Nalowo Ngokwemisebenzi Yakhe”: (10 imiz.)
Jer 39:4-7—UZedekiya wabhekana nemiphumela yokungamlaleli uJehova (it-2 1228 ¶4)
Jer 39:15-18—UJehova wabonisa ukumazisa u-Ebhedi-meleki ngokwethembela kuYe (w12 5/1 31 ¶5)
Jer 40:1-6—UJehova wayinakekela inceku yakhe ethembekile uJeremiya (it-2-E 482)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Jer 42:1-3; 43:2, 4—Iziphi izifundo esingazifunda ephutheni likaJohanani? (w03 5/1 10 ¶10)
Jer 43:6, 7—Zibaluleke ngani izenzakalo ezichazwe kula mavesi? (it-1 463 ¶4)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo engokomoya oyithole ezahlukweni zeBhayibheli zaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 40:11–41:3
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Isaya 46:10—Fundisa Iqiniso. Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) IsAm 12:7-9, 12—Fundisa Iqiniso. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 153 ¶19-20—Memela umuntu emihlanganweni yebandla.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“UJehova Akalukhohlwa Uthando Lwenu” (IHu 71:18): (15 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video ethi UJehova Akalukhohlwa Uthando Lwenu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 min.) kr isahl. 12 ¶16-23, ibhokisi elithi “‘Samangala,’” elithi “Ukuvakasha Kwamasonto Onke Okunezithelo” nelokubukeza elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 123 Nomthandazo