Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Meyi k. 3
  • May 8-14

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • May 8-14
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Meyi k. 3

May 8-14

JEREMIYA 35-38

  • INgoma 33 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “U-Ebhedi-meleki—Isibonelo Sesibindi Nomusa”: (10 imiz.)

    • Jer 38:4-6—UZedekiya wesaba abantu wavumela abaphikisi ukuba baphonse uJeremiya emthonjeni onodaka ukuze afele lapho (it-2-E 1228 ¶3)

    • Jer 38:7-10—U-Ebhedi-meleki wathatha isinyathelo ngesibindi nangokungananazi ukuze asize uJeremiya (w12 5/1 31 ¶2-3)

    • Jer 38:11-13—U-Ebhedi-meleki wabonisa umusa (w12 5/1 31 ¶4)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jer 35:19—Kungani amaRekabi abusiswa? (it-2-E 759)

    • Jer 37:21—UJehova wamnakekela kanjani uJeremiya, futhi lokhu kungasikhuthaza kanjani lapho sibheke nosizi? (w98 1/15 18 ¶16-17; w95 8/1 5 ¶6-7)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo engokomoya oyithole ezahlukweni zeBhayibheli zaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 36:27–37:2

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozoa se-wp17.3—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp17.3​—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 26

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 127

  • “Ukunakekela Izindawo Zethu Zokukhonza”: (15 imiz.) Imibuzo nezimpendulo; isingathwa umdala. Ngemva kokudlala i-video ethi Ukunakekela Izindawo Zethu Zokukhonza nokuphendula imibuzo yayo, xoxa kafushane nommeleli webandla ekomitini yokunakekelwa kweHholo LoMbuso. (Uma ibandla lenu lingenaye lo mmeleli, xoxa nomxhumanisi wendikimba yabadala. Uma ibandla lenu kuwukuphela kwalo elisebenzisa iHholo LoMbuso, xoxa nomqondisi wokunakekelwa kwehholo.) Imiphi imisebenzi yokunakekelwa kwehholo enisanda kuyenza, futhi yini enihlela ukuyenza esikhathini esizayo? Uma kunothile onekhono lokulungisa izakhiwo noma ongathanda ukufunda ngokusiza labo abanamakhono, yini okufanele ayenze? Singasiza kanjani sonke ekunakekeleni iHholo LoMbuso, noma ngabe zinjani izimo zethu?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 12 ¶9-15, ibhokisi elithi “Indlela Ethuthukiswe Ngayo Indlela Yokwengamela” nelithi “Indlela INdikimba Ebusayo Enakekela Ngayo Izithakazelo ZoMbuso”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 125 Nomthandazo

a Elithi “isembozo” lapha lisho isihloko noma izihloko ezihambisana nendaba esemakhasini okuqala kamagazini.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela