Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Mashi k. 3
  • March 13-19

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • March 13-19
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Mashi k. 3

March 13-19

JEREMIYA 5-7

  • INgoma 66 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Bayeka Ukwenza Intando KaNkulunkulu”: (10 imiz.)

    • Jer 6:13-15—UJeremiya wazibeka obala izono zesizwe (w88 4/1 11-12 ¶7-8)

    • Jer 7:1-7—UJehova wazama ukubashukumisela ekuphendukeni (w88 4/1 12 ¶9-10)

    • Jer 7:8-15—U-Israyeli wayekholelwa ukuthi uJehova wayengeke asithathe isinyathelo (jr 21 ¶12)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jer 6:16—UJehova wayebanxusa ukuba benzeni abantu bakhe? (w05 11/1 23 ¶11)

    • Jer 6:22, 23—Kungani kwakungase kuthiwe kwakuza isizwe “sivela ezweni lasenyakatho”? (w88 4/1 13 ¶15)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 5:26–6:5

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) T-36—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) T-36—Xoxa ngesithi “Cabanga Ngalokhu.” Memela umuntu eSikhumbuzweni.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 1—Memela umuntu eSikhumbuzweni.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 125

  • “Indlela Yokusebenzisa Incwajana Ethi Obani Abenza Intando KaJehova Namuhla?”: (15 imiz.) Qala ngokuxoxa ngesihloko imizuzu emihlanu. Kamuva, dlala i-video ebonisa indlela esingase sisebenzise ngayo isifundo 8 sale ncwajana esifundweni seBhayibheli bese nixoxa ngayo le video. Khuthaza bonke abaqhuba izifundo zeBhayibheli ukuba bayisebenzise masonto onke le ncwajana.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 9 ¶16-21, ibhokisi elithi “Indlela Amapheshana Amabili Athinta Ngayo Izinhliziyo Ezimbili E-⁠Amazon” nelithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 10 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela