Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Febhuwari k. 3
  • UKristu Wahlupheka Ngenxa Yethu

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UKristu Wahlupheka Ngenxa Yethu
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
  • Indaba Ethi Ayifane
  • INceku KaJehova—‘Yahlatshwa Ngenxa Yeseqo Sethu’
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2009
  • UJehova Uphakamisa Inceku Yakhe EnguMesiya
    Isiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
  • Imibuzo Evela Kubafundi
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka—2000
  • Izenzo Ezimbili Ezinkulu Kakhulu Zothando Ezake Zenziwa
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1987
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Febhuwari k. 3

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISAYA 52-57

UKristu Wahlupheka Ngenxa Yethu

“Wadelelwa futhi wagwenywa ngabantu . . . Sambheka njengoshaywe ngenhlupho, oshaywe uNkulunkulu nohlushwayo”

53:3-5

  • UJesu wadelelwa futhi kwathiwa uhlambalazile. Abanye babekholelwa ukuthi uNkulunkulu wayemjezisa, njengokungathi wayemshaya ngesifo esenyanyekayo

    UJesu wayezimisele ukuba qotho naphezu kokwazi ukuthi kumelwe ahlupheke

“UJehova wakujabulela ukumchoboza, . . . futhi lokho okujabulisa uJehova kuyophumelela esandleni sakhe”

53:10

  • Ngokungangabazeki uJehova wezwa ubuhlungu lapho ebona iNdodana yakhe ibulawa. Kodwa wajabula ukubona uJesu ethembeke ngokuphelele. Ukufa kukaJesu kwaphendula inselele kaSathane ephathelene nobuqotho bezinceku zikaNkulunkulu futhi kwalethela abantu abaphendukayo izinzuzo. Kanjalo kwasiza ekufezeni ‘intando kaJehova’

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela