January 16-22
ISAYA 34-37
INgoma 31 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukholo LukaHezekiya Lwavuzwa”: (10 imiz.)
Isaya 36:1, 4-10, 15, 18-20—Abase-Asiriya baklolodela uJehova besabisa nabantu bakhe (ip-1 386-388 ¶7-14)
Isaya 37:1, 2, 14-20—UHezekiya wathembela kuJehova (ip-1 389-391 ¶15-17)
Isaya 37:33-38—UJehova wabalwela abantu bakhe (ip-1 391-394 ¶18-22)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Isaya 35:8—Yayiyini “iNdlela Yobungcwele,” futhi obani ababefanelekela ukuhamba kuyo? (w08 5/15 26 ¶4; 27 ¶1)
Isaya 36:2, 3, 22—UShebina wasibeka kanjani isibonelo esihle somuntu owamukela iseluleko? (w07 1/15 8 ¶6)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 36:1-12
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Math 24:3, 7, 14—Fundisa Iqiniso—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) 2Thim 3:1-5—Fundisa Iqiniso—Shiya Ikhadi Lemininingwane Ye-JW.ORG.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 32 ¶11-12—Memela ofunda naye emihlanganweni yebandla.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“O Jehova, . . . Ithemba Lami Ngilibeke Kuwe”: (15 imiz.) Imibuzo nezimpendulo. Qala ngokudlala i-video ethi “O Jehova, . . . Ithemba Lami Ngilibeke Kuwe”—Isiqephu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 7 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 96 Nomthandazo