Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Disemba k. 8
  • December 26, 2016–January 1, 2017

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • December 26, 2016–January 1, 2017
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Disemba k. 8

December 26, 2016–January 1, 2017

ISAYA 17-23

  • INgoma 123 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Lapho Ulisebenzisa Kabi Igunya Liyakulahlekela”: (10 imiz.)

    • Isaya 22:15, 16​—UShebina wasebenzisa igunya ngendlela enobugovu (ip-1 238 ¶16-17)

    • Isaya 22:17-22​—UJehova wabeka u-Eliyakimi esikhundleni sikaShebina (ip-1 238-239 ¶17-18)

    • Isaya 22:23-25​—Lokho okwenzeka kuShebina kusifundisa izifundo ezibalulekile (w07 1/15 8 ¶6; ip-1 240-241 ¶19-20)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Isaya 21:1​—Isiphi isifunda esasibizwa ngokuthi ‘ihlane lolwandle’ futhi kungani sasibizwa kanjalo? (w06 12/1 11 ¶3)

    • Isaya 23:17, 18​—Kwenzeka kanjani ukuba imbuyiselo yezinto ezibonakalayo zeTire zibe “into engcwele kuJehova”? (ip-1 253-254 ¶22-24)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 17:1-14

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) bh​—Sebenzisa i-video ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? ukuze uhambise incwadi. (Phawula: Ungayidlali i-video phakathi nomboniso.)

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) bh​—Qala isifundo seBhayibheli usemnyango, bese ubeka isisekelo sempindelo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 150-151 ¶10-11​—Bonisa indlela ongafinyelela ngayo inhliziyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 44

  • Ingabe ‘Uyohlale Ulindile’?: (8 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala esekelwe kuyi-Nqabayokulinda ka-March 15, 2015, amakhasi 9-14. Bakhuthaze bonke ukuba bahlale belindile, ngendlela umlindi osembonweni ka-Isaya nezintombi ezinhlanu ezisemfanekisweni kaJesu abenza ngayo.​—Isaya 21:8; Math 25:1-13.

  • Okufezwa Inhlangano: (7 imiz.) Dlala i-video yango-December ethi Okufezwa Inhlangano.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 6 ¶1-7 nesithi “Ingxenye 2​—Ukushumayela NgoMbuso​—Ukusakaza Izindaba Ezinhle Emhlabeni Wonke”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 141 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela