Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Novemba k. 6
  • November 21-27

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • November 21-27
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Novemba k. 6

November 21-27

UMSHUMAYELI 7-12

  • INgoma 41 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Khumbula UMdali Wakho Omkhulu Ezinsukwini Zobusha Bakho”: (10 imiz.)

    • UmSh 12:1—Intsha kufanele isebenzise isikhathi namandla ayo enkonzweni kaNkulunkulu (w14 1/15 18 ¶3; 22 ¶1)

    • UmSh 12:2-7​—Intsha ayikakabhekani “nezinsuku eziyinhlekelele” ezifica asebekhulile (w08 11/15 23 ¶2; w06 11/1 16 ¶9)

    • UmSh 12:13, 14​—Ukukhonza uJehova kuyindlela engcono kakhulu eyenza ukuphila kwakho kube nenjongo (w11 11/1 21 ¶1-6)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • UmSh 10:1​—Kwenzeka kanjani ukuba “ubuwula obuncane” bugqibe ukuhlakanipha? (w06 11/1 16 ¶5)

    • UmSh 11:1​—Kusho ukuthini “ukuthumela isinkwa ebusweni bamanzi”? (w06 11/1 16 ¶7)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) UmSh 10:12–11:10

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) 2Thim 3:1-5—Fundisa Iqiniso.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 44:27–45:2—Fundisa Iqiniso.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 25-26 ¶18-20—Memela umfundi emihlanganweni yebandla.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 95

  • “Basha—Ningazindeli Ukungena ‘Ngomnyango Omkhulu.’”: (15 imiz.) Dlala i-video ethi Basha​—UJehova Uyanithanda bese nixoxa ngalesi sihloko.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 4 ¶7-15, ibhokisi elithi “Indlela INqabayokulinda Ephakamise Ngayo Igama LikaNkulunkulu” nelithi “Isizathu Esinamandla Sokushumayela”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 148 Nomthandazo

    Okufanele ukukhumbule: Dlala ingoma entsha kube kanye ngaphambi kokuba ibandla liyicule.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela