Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Okthoba k. 7
  • October 31–November 6

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • October 31–November 6
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Okthoba k. 7

October 31–November 6

IZAGA 22-26

  • INgoma 88 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Qeqesha Umntwana Ngokwendlela Emfanele”: (10 imiz.)

    • IzA 22:6; 23:24, 25—Ukuqeqesha abantwana ngendlela kaNkulunkulu kubanikeza ithuba lokuba bajabule, baneliseke futhi babe abantu abadala abakwaziyo ukuzimela (w08 4/1 16; w07 6/1 31)

    • IzA 22:15; 23:13, 14—Emndenini, “induku” ifanekisela zonke izinhlobo zesiyalo (w97 10/15 32; it-2-E 818 ¶4)

    • IzA 23:22—Izingane esezikhulile zingazuza ekuhlakanipheni kwabazali bazo (w04 6/15 14 ¶1-3; w00 6/15 21 ¶13)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzA 24:16—Lesi saga sisikhuthaza kanjani ukuba sikhuthazele emncintiswaneni wokuphila? (w13 3/15 4-5 ¶5-8)

    • IzA 24:27—Kufanele sisiqonde kanjani lesi saga? (w09 10/15 12 ¶1)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 22:1-21

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Ikhadi lokungena ku-JW.ORG—Shumayela ngokwethukela.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Ikhadi lokungena ku-JW.ORG—Beka isisekelo sempindelo bese uphetha ngokwethula i-video ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 179-181 ¶18-19

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 101

  • “Ingabe Uwasebenzisa Kahle Amakhadi Okungena Ku-JW.ORG?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video yentshumayelo esikiselwe bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bahlale bephethe amakhadi okuxhumana ambalwa.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 3 ¶1-12, kanye “Nengxenye 1—Iqiniso LoMbuso—Ukukhipha Ukudla Okungokomoya”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 146 Nomthandazo

    Okufanele ukukhumbule: Dlala ingoma entsha kube kanye ngaphambi kokuba ibandla liyicule.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela