September 19-25
AMAHUBO 135-141
INgoma 59 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Senziwe Ngokumangalisayo”: (10 imiz.)
IHu 139:14—Ukucabanga ngemisebenzi kaJehova kwenza simazi kangcono (w07 6/15 21 ¶1-4)
IHu 139:15, 16—Izakhi zofuzo namangqamuzana ethu kubonisa amandla nokuhlakanipha kukaJehova (w07 6/15 22-23 ¶7-11)
IHu 139:17, 18—Abantu bahlukile endleleni abasebenzisa ngayo ulimi nasendleleni abacabanga ngayo (w07 6/15 23 ¶12-13; w06 9/1 16 ¶7)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 136:15—Leli vesi lisenza siqondeni ngokulandisa okuku-Eksodusi? (it-1-E 783 ¶5)
IHu 141:5—Yini iNkosi uDavide eyayiqaphela? (w15-E 4/15 31 ¶1)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 139:1-24
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) wp16.5 16
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) wp16.5 16—Memela umuntu esifundweni.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 8 ¶8—Siza umfundi ukuba abone indlela angakusebenzisa ngayo akufundile.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Gwema Lezi Zingibe Lapho Uqhuba Isifundo SeBhayibheli”: (15 imiz.) Ngemva kokuxoxa ngalesi sihloko, dlala i-video enezingxenye ezimbili ezibonisa indlela engafanele nefanele yokufundisa kusetshenziswa incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli ikhasi 29, isigaba 7 bese nixoxa ngayo. Abamemezeli kufanele bahambisane ne-video bebheke ezincwadini zabo. Khumbuza labo abathola izabelo ukuthi ukugwema lezi zingibe ngokuvamile kuyokwenza bakwazi ukubeka izinkulumo zabo ngesikhathi esifushane kunaleso ababelwe sona.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr INcwadi Evela ENdikimbeni Ebusayo nesahl. 1 ¶1-10
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 30 Nomthandazo