Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Julayi k. 8
  • Izimiso Zamaphayona Avamile

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izimiso Zamaphayona Avamile
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izimiso Zamaphayona Asizayo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
  • Ingabe Usukuvulekele Manje Umnyango Wokuphayona?
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1999
  • Inkathi YeSikhumbuzo—Isikhathi Somsebenzi Owengeziwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Ingabe Singaphinda Sikwenze?—Kunesinye Isimemo Samaphayona Asizayo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Julayi k. 8

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Izimiso Zamaphayona Avamile

Amaphayona amabili ashumayeza owesilisa

Ukuba iphayona elivamile kufuna ube nesimiso esihle. Uma usebenza amahora angu-18 ngesonto enkonzweni, ungaphayona futhi ube nanesikhathi sokuvakasha! Isimiso esinjalo singakusiza ngisho nalapho kuphakama iziphazamiso ezingalindelekile, mhlawumbe ngenxa yokugula noma isimo sezulu esingesihle. Ishadi elibonisiwe linikeza ukusikisela kubamemezeli abasebenza ngezinsuku ezithile noma zonke izinsuku noma abanqindwa impilo engeyinhle noma ababuthaka. Ngemva kokuhlela kabusha izimo, mhlawumbe ukhona ekhaya ongaqala ngo-September ukuba iphayona. Kunganjani nixoxe ngale ndaba ekukhulekeleni kwenu komkhaya okulandelayo?

NGISEBENZA NGEZINSUKU EZITHILE

UMsombuluko

NGIYASEBENZA

ULwesibili

NGIYASEBENZA

ULwesithathu

NGIYASEBENZA

ULwesine

Amahora:6

ULwesihlanu

Amahora:6

UMgqibelo

Amahora:4

ISonto

Amahora:2

NGISEBENZA ZONKE IZINSUKU

UMsombuluko

Amahora:2

ULwesibili

Amahora:2

ULwesithathu

UMHLANGANO WAPHAKATHI NESONTO

ULwesine

Amahora:2

ULwesihlanu

Amahora:2

UMgqibelo

Amahora:6

ISonto

Amahora:4

NGINEMPILO ENGEYINHLE

UMsombuluko

NGIYAPHUMULA

ULwesibili

Amahora:3

ULwesithathu

Amahora:3

ULwesine

Amahora:3

ULwesihlanu

Amahora:3

UMgqibelo

Amahora:3

ISonto

Amahora:3

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela