Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Meyi k. 2
  • May 2-8

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • May 2-8
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Meyi k. 2

May 2-8

JOBE 38-42

  • INgoma 63 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukuthandazela Abanye Kuyamjabulisa UJehova”: (10 imiz.)

    • Jobe 42:7, 8—UJehova wayelindele ukuba uJobe athandazele u-Elifazi, uBhilidadi noZofari (w13 6/15 21 ¶17; w98 5/1 30 ¶3-6)

    • Jobe 42:10—UJehova welapha uJobe ngemva kokuba ebathandazele (w98 5/1 31 ¶3)

    • Jobe 42:10-17—UJehova wambusisa kakhulu uJobe ngenxa yokholo nokukhuthazela kwakhe (w94 11/15 20 ¶19-20)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jobe 38:4-7—Zingobani “izinkanyezi zokusa,” futhi yini esiyaziyo ngazo? (bh 97 ¶3)

    • Jobe 42:3-5—Yini esingayenza ukuze sibone uNkulunkulu ngendlela uJobe ambona ngayo? (w15 10/15 7-8 ¶16-17)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jobe 41:1-26

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Bhekisela kwesithi “Izindlela Zokusebenzisa I-JW Library” lapho uxoxa ngokusetshenziswa kwemishini ephathwayo. Khumbuza izilaleli ukubika inyanga ngayinye inani lezikhathi ezibukise ngazo othile i-video ensimini. Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele eyabo intshumayelo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 60

  • “Uyayisebenzisa Yini I-JW Library?”: (15 imiz.) Qala ngokuxoxa ngalesi sihloko imizuzu emihlanu. Yibe usudlala futhi uxoxa kafushane nge-video ethi Qala Ukusebenzisa I-“JW Library.” Ngemva kwalokho, yenza okufanayo nange-video ethi Dawuniloda Izincwadi Futhi Uzihlele nethi Khetha Ozokuthanda Lapho Ufunda. Bakhuthaze bonke abangase bakwazi ukuba bafake i-JW Library futhi badawunilode izincwadi emishinini yabo ephathwayo ngaphambi kokuba kuxoxwe ngengxenye ethi “Izindlela Zokusebenzisa I-JW Library” ngesonto lika-May 16.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 14 ¶14-22, ukubukeza ek. 124

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 77 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela