Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Januwari k. 6
  • January 25-31

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • January 25-31
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Januwari k. 6

January 25-31

EZRA 6-10

  • INgoma 10 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJehova Ufuna Izinceku Ezinomoya Ovumayo”: (10 imiz.)

    • Ezra 7:10​—U-Ezra walungiselela inhliziyo yakhe

    • Ezra 7:​12-28​—U-Ezra wenza amalungiselelo okubuyela eJerusalema

    • Ezra 8:​21-23​—U-Ezra wathembela kuJehova ukuba avikele izinceku zaKhe

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Ezra 9:​1, 2​—Kwakuwusongo olungathí sina kangakanani ukuganiselana ‘nabantu bezizwe’? (w06 1/15 20 ¶1)

    • Ezra 10:3​—Kungani abantwana bamukiswa kanye nabafazi? (w06 1/15 20 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Ezra 7:​18-28 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa incwajana ethi Izindaba Ezinhle, bese nixoxa ngesifundo 8, umbuzo 1, isigaba 1. Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu owamukele incwajana ethi Izindaba Ezinhle. Xoxani ngesifundo 8, umbuzo 1, isigaba 2. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli kusetshenziswa incwajana ethi Izindaba Ezinhle, isifundo 8, umbuzo 2.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 138

  • “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni​—Ukubeka Isisekelo Sempindelo”: (7 imiz.) Ingxoxo. Veza amaphuzu ayinhloko ngokudlala i-video ethi Amakhono Ango-January, ebonisa abamemezeli indlela yokubeka isisekelo sempindelo ngemva kokuhambisa INqabayokulinda nangemva kokuhambisa incwajana ethi Izindaba Ezinhle.

  • Izidingo zebandla: (8 imiz.)

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 7 ¶15-27, nokubukezwa kwesahluko (30 min.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 120 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela