Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Januwari k. 2
  • January 4-10

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • January 4-10
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Januwari k. 2

January 4-10

2 IZIKRONIKE 29-32

  • INgoma 114 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukukhulekela Kweqiniso Kudinga Ukuzikhandla”: (10 imiz.)

    • 2Kro 29:​10-17​—UHezekiya ubuyisela ukukhulekela kweqiniso ngokuzimisela

    • 2Kro 30:​5, 6, 10-12​—UHezekiya umema bonke abanhliziyo-ziqotho ukuba babuthane ekukhulekeleni kweqiniso

    • 2Kro 32:​25, 26​—UHezekiya ulungisa ukuzidla kwakhe ngokuthobeka (w05 10/15 25 ¶20)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • 2Kro 29:11​—UHezekiya wasibeka kanjani isibonelo esihle mayelana nokuhlela izinto eziza kuqala? (w13 11/15 17 ¶6-7)

    • 2Kro 32:​7, 8​—Yisiphi isinyathelo esiwusizo kakhulu esingasithatha ukuze sizilungiselele izingqinamba esisazobhekana nazo? (w13 11/15 20 ¶17)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: 2Kro 31:​1-10 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video yokuqala ye-Ntshumayelo Esikiselwe YeNqabayokulinda, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Qokomisa indlela ummemezeli abeke ngayo isisekelo sempindelo. Yenza okufanayo ngentshumayelo yesibili esikiselwe ye-Nqabayokulinda neyencwajana ethi Izindaba Ezinhle. Bhekisela kwesithi “Indlela Yokuqhuba Isifundo Ngencwajana Ethi Izindaba Ezinhle.” Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele ezabo izintshumayelo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 127

  • “Ilungelo Lethu Lokwakha Nokunakekela Izindawo Zokukhulekela Kweqiniso”: (15 imiz.) Ingxoxo. Cela labo abaye bahlanganyela ekwakhiweni kwamaHholo OMbuso ukuba bathi qaphuqaphu ngenjabulo abayitholile. Xoxa kafushane nomzalwane owengamele ukuhlanzwa nokunakekelwa kweHholo LoMbuso mayelana namalungiselelo ebandla.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 6 ¶1-14 (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 142 Nomthandazo

    Khumbula: Sicela uyidlale yonke ingoma entsha eqoshiwe kube kanye, bese ibandla liyayicula.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela