Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/15 k. 8
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 4/15 k. 8

IZaziso

◼ Isipho sango-April: Omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! Ngo-May nango-June: Lifundisani Ngempela IBhayibheli? noma Ungathanda Ukwazi Iqiniso? Ngo-July: Izindaba Ezinhle Ezivela KuNkulunkulu nanoma iyiphi enye incwajana enamakhasi angu-32 ekhona esitokweni.

◼ Isimiso somhlangano wangesonto elandulela umhlangano wenu wesifunda kufanele sishintshwe ukuze nikwazi ukubukeza iziyalezo nezikhumbuzo ezisesenezelweni se-Nkonzo Yethu YoMbuso nencwadi eya kuwo wonke amabandla ka-August 3, 2013, ekhuluma ngezixwayiso zokuphepha lapho sisemihlanganweni yobuKristu. Ngemva kwenyanga eyodwa noma ezimbili umhlangano udlulile, engxenyeni yezidingo zebandla ningase nibukeze amaphuzu athile omhlangano abamemezeli abawathole ewusizo enkonzweni.

◼ Siyajabula ukunazisa ukuthi kunikezelwe amaHholo OMbuso amane amasha. ENorth West: IMontshiwa. EGauteng: IKekana Gardens. EWestern Cape: IKuyasa nePhilippi East.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela