Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/14 k. 4
  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
km 10/14 k. 4

Umbiko Wenkonzo Yasensimini

U-April ube yinyanga ematasa kakhulu nekhiqizayo ensimini yegatsha lethu. Siyajabula ukubika amanani amasha amabili aphakeme aseNingizimu Afrika! Inani labamemezeli linyuke lafinyelela ku-96 134 futhi kwaqhutshwa izifundo zeBhayibheli ezingu-141 812 phakathi nenyanga ka-April. Amazwe amaningana afinyelele amanani amasha aphakeme alabo ababekhona eSikhumbuzweni: EBotswana 6 531; eLesotho 9 946; eNamibia 8 198; eNingizimu Afrika 245 324; eSwaziland 8 075. I-St. Helena nayo ibe nenani elihle kakhulu labantu abangu-282 ababa khona eSikhumbuzweni. Nenze kahle kakhulu bafowethu, qhubekani nomsebenzi wenu omuhle!

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela