Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/14 k. 4
  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
km 3/14 k. 4

Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Abamemezeli boMbuso eLesotho bathumele umbiko omuhle kakhulu ngo-September. Kube nabamemezeli abangu-3 808, okuwukwanda kwamaphesenti amahlanu uma kuqhathaniswa nesilinganiso sabamemezeli ngo-2012. Babike isilinganiso samahora angu-11 ensimini, baqhuba izifundo zeBhayibheli ezingu-6 452. Kwaba khona abangu-6 887 eMihlanganweni Yesigodi enesihloko esithi ‘Izwi LikaNkulunkulu Liyiqiniso!’, kwabhapathizwa abafundi abasha abangu-86. Siyajabula ngokuthi abaningi abanhliziyo-ziqotho bathutheleka entabeni kaJehova yokukhulekela kweqiniso eLesotho!​—Isaya 2:2.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela