Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/14 k. 4
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
km 3/14 k. 4

IZaziso

◼ Isipho sango-March nango-April: Omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! Ngo-May nango-June: Lifundisani Ngempela IBhayibheli? noma elinye lalawa mapheshana: Ucabangani NgeBhayibheli?, Ulibona Linjani Ikusasa?, Siyini Isihluthulelo Sokuba Nomndeni Ojabulayo?, Ubani Ngempela Olawula Izwe? noma Ingabe Ukuhlupheka Kuyoke Kuphele?

◼ ISikhumbuzo sizoba ngoMsombuluko, ngo-April 14, 2014. Uma ibandla lakini liba nemihlangano ngoMsombuluko, kufanele iqhutshwe ngolunye usuku lapho iHholo LoMbuso lingasetshenziswa. Uma uMhlangano Wenkonzo kumelwe uhoxiswe, umxhumanisi wendikimba yabadala angenza izinguquko esimisweni kule nyanga ukuze afake izingxenye zomhlangano ohoxisiwe ezithinta ngokukhethekile ibandla lakini.

◼ Isihloko senkulumo yeningi yombonisi wesifunda phakathi nengxenye yesibili yonyaka wenkonzo ka-2014 sithi “Ukukhululwa Ezinkathazweni Zezwe.”

◼ Siyajabula ukunazisa ukuthi amabandla angu-13 ajabulele ukunikezelwa kwamaHholo OMbuso amasha. E-Eastern Cape: I-Ibika. EGauteng: IClayville, i-Eldoraigne, i-Ivory Park West, iKwatsaduza, iMontana neSoshanguve Boikhutsong. Kwa-Zulu Natal: I-Acaciavale, iBurford ne-Osizweni Central. EMpumalanga: IKwazanele, iLillydale neNsikazi South.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela