Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/13 k. 4
  • Amazwibela Ombiko Wenkonzo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Amazwibela Ombiko Wenkonzo
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 1/13 k. 4

Amazwibela Ombiko Wenkonzo

Unyaka ka-2012 uphele iNingizimu Afrika inenani elisha labamemezeli abangu-92 321, okuwukwanda kwabamemezeli ngamaphesenti amabili phakathi nalo nyaka wenkonzo. IBotswana ibe nomhlangano wesigodi kazwelonke eGabarone. Isimiso siqhutshwe ngesiNgisi nesiTswana emahholo amabili amakhulu. Abazalwane bajabule kakhulu ngenani lababe khona elingu-3 948 nangenani labafundi abasha ababhaphathizwa labangu-62. Usemkhulu umsebenzi okufanele wenziwe amazwe angaphansi kwegatsha lethu. Sikhuthaza bonke ukuba basebenzise iziqondiso ezitholakale eMhlangaweni Wesigodi onesihloko esithi, “Qapha Inhliziyo Yakho!” futhi nibhukule izingqondo zenu ngenjongo yokusebenza.—1 Petru 1:13.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela