Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/12 k. 4
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 4/12 k. 4

IZaziso

◼ Isipho ngo-April: Indlela Eya Ekuphileni Okuphakade—Ingabe Usuyitholile? nethi Ungaba Umngane KaNkulunkulu nanoma iyiphi enye incwajana ehanjiswa ensimini ibandla elinayo esitokweni. Ngo-May: INqabayokulinda ne-Phaphama! Ngo-June: Lifundisani Ngempela IBhayibheli? Ngo-July nango-August: Indlela Eya Ekuphileni Okuphakade—Ingabe Usuyitholile? nethi Ungaba Umngane KaNkulunkulu! nanoma iyiphi enye incwajana ehanjiswa ensimini ibandla elinayo esitokweni.

◼ Uma uhlela uhambo oluhlanganisa nokuya emhlanganweni wesigodi wakwelinye izwe, uyothola ukwaziswa okuwusizo engosini ethi jw.org ngokuvula ingxenye ethi “Conventions” ngaphansi kohlu oluthi “Lookup,” lapho kunikezwe khona uhlu lwezinsuku eseziqinisekisiwe.

◼ Siphawulile ukuthi abathile bashaya izinombolo zocingo eziya ngokuqondile eminyangweni abayifunayo. Nokho, ngokuvamile bagcina sebengene emnyangweni okungewona. Kungenzeka ukuthi lokhu kungenxa yokuthi kuye kwaba noshintsho lwezinombolo nolwezabelo zabantu. Ngakho, sisikisela ukuthi ngaphandle kwalapho kushiwo ngokuqondile ukuthi kufanele kushayelwe inombolo ethile (njengalapho ibhalwe incwadini evela egatsheni), bonke abashayela igatsha mabasebenzise inombolo yegatsha, ethi 011 761 1000. Uyobe usudluliselwa endaweni efanele. Ngale ndlela izinto ziyokwenzeka “ngokufaneleyo nangohlelo.”—1 Kor. 14:40.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela