Amazwibela Ombiko Wenkonzo
Phakathi no-January, iNingizimu Afrika yafinyelela inani elisha labamemezeli abangu-83 873 namaphayona avamile angu-7 414. Kwaqhutshwa izifundo zeBhayibheli ezingu-95 623 okubonisa ukuthi asemaningi amathuba okwenza abafundi abengeziwe ensimini yethu.