Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/08 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
km 7/08 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda July 1

“Ingabe ucabanga ukuthi kungenzeka ngabantu nje ukuba babe nobuhlobo obuseduze noNkulunkulu onguMninimandla onke? [Lindela impendulo bese ufunda izEnzo 17:27.] Lesi sihloko sikhuluma ngesizathu esisenza siqiniseke ngokuthi uNkulunkulu ufuna sisondele kuye.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 10.

Phaphama! July

“Ukuzijabulisa okuningi namuhla kubonisa isithakazelo esikhulayo ngokulumba. Ingabe ucabanga ukuthi ukuhileleka ekulumbeni akunangozi? [Lindela impendulo bese ufunda uDuteronomi 18:10-12.] Lesi sihloko sibonisa lokho iBhayibheli elikushoyo ngezingozi zokusebenzelana nemimoya.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 10.

INqabayokulinda Aug. 1

“Izinkinga ezinkulu ezihlobene nemvelo zenza abaningi baphelelwe ithemba ngekusasa lomhlaba. Uzizwa kanjani ngalokho? [Lindela impendulo bese ufunda iHubo 37:11.] Lo magazini uqokomisa ezinye zezizathu ezingokomBhalo zokuba nethemba.”

Phaphama! Aug.

“Abaningi bayaqiniseka ukuthi ukufudumala kwembulunga yonke kusongela ukuphila emhlabeni. Ucabanga ukuthi le ndaba iyoxazululwa kanjani? [Lindela impendulo bese ufunda u-Isaya 11:9.] Lo magazini uchaza ukuthi kungani singangabazi ngokuthi umhlaba uyoqhubeka ukhona njengekhaya lesintu.”

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela