Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/07 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Ongase Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
km 9/07 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Sept. 15

“Ngingathanda ukuzwa umbono wakho ngalokho okushiwo lapha. [Funda uDuteronomi 32:4.] Wake wazibuza yini ukuthi kungani kunokuhlupheka nobubi obungaka emhlabeni uma uNkulunkulu enguMninimandla onke futhi enobulungisa? [Lindela impendulo.] Lo magazini uchaza izizathu eziye zenza uNkulunkulu avumele ububi buqhubeke kuze kube namuhla.”

Phaphama! Sept.

“Iningi lethu lifuna ukuba nempilo enhle nokuphila isikhathi eside. Ucabanga ukuthi ukuhlale unethemba lokuhle kungayithuthukisa impilo yethu? [Lindela impendulo, bese ufunda izAga 17:22.] Lesi sihloko sixoxa ngezizathu ezenza kusize ukuhlakulela ukuba nethemba lokuhle.” Mbonise isihloko esisekhasini 26.

INqabayokulinda Oct. 1

“Kwake kwenzeka yini ukuba uthi, ‘Ukube angenzanga kanje!’? [Lindela impendulo.] Phawula ukuthi lo mBhalo usichaza kanjani isizathu esenza ukuba sonke ngezinye izikhathi senze izinqumo bese sizisola kamuva. [Funda uJeremiya 10:23.] Lo magazini uchaza indlela iseluleko esisebenzayo esiseBhayibhelini esisisiza ngayo ukuba senze izinqumo ezihlakaniphile.”

Phaphama! Oct.

“Ucabanga ukuthi izingane zisengozini kakhulu namuhla kunakudala? [Lindela impendulo.] Abaningi banomuzwa wokuthi siphila esikhathini esichazwe lapha. [Funda eyesi-2 Thimothewu 3:1-5.] Lo magazini unikeza amacebiso athile awusizo ezindlela abazali abangavikela ngazo izingane zabo kubanukubezi.”

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela