Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/05 k. 2
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 4/05 k. 2

IZindaba Ezingokwasezulwini

◼ Kunikezelwe amaHholo OMbuso amabili amasha. Ibandla laseCastle Rock (eMount Fletcher) nelaseShayandima (eVenda) ayakujabulela kakhulu ukuba nezindawo zokukhulekela ezifanelekayo.

◼ Emihlanganweni yesigodi engu-65 enesihloko esithi “Hambani NoNkulunkulu” eyaqhutshwa eNingizimu Afrika nasemazweni angomakhelwane kwaba khona ingqikithi yabangu-160 821, futhi kwabhapathizwa abangu-2 322. Siyakwazisa ukuzikhandla kwabo bonke abazalwane ababa nengxenye kulesi simiso esakhayo kanye nezinkulungwane zezisebenzi zokuzithandela ezenza izinkonzo ezibalulekile ezazuzisa ababekhona kule mihlangano.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela