Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/05 k. 5
  • Babonisi Bamadolobha: Sicela Niphawule

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Babonisi Bamadolobha: Sicela Niphawule
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IBhokisi Lemibuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1996
  • Ukufakaza Ngocingo Okuphumelelayo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
  • Ukubonakalisa Ukholo Ngemisebenzi Emihle
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
  • Isimiso Esisha Sokwakhiwa KwamaHholo OMbuso
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 4/05 k. 5

Babonisi Bamadolobha: Sicela Niphawule

INkonzo Yethu YoMbuso ka-June 1996 yayineBhokisi Lemibuzo elaliphendula lo mbuzo: “Kufanele kubhalwe kanjani ukwaziswa okuphathelene noFakazi BakaJehova ebhukwini lezingcingo lomphakathi?” Kwanikezwa lesi siqondiso esilandelayo: “Emadolobheni anamabandla angaphezu kwelilodwa, situsa okulandelayo: Jehovah’s Witnesses, (iDolobha), bese kubhalwa igama lebandla ngokulandelana kwamagama, ikheli leHholo LoMbuso, kanye nenombolo yocingo yebandla ngalinye lendawo.”

Imibiko ibonisa ukuthi amabandla amaningi awakalibhalisi iHholo LoMbuso noma awakwenzanga ngendlela efanele. Lokhu kuye kwadala izinkinga, ikakhulukazi emadolobheni amakhulu lapho kunamabandla amaningi khona. Sicela ababonisi bamadolobha babukeze zonke izinhlu zocingo zamahholo endawo. Emadolobheni amancane umbonisi owengamele kufanele enze ngokuvumelana nalesi siqondiso. Uma izinhlu zinephutha noma zingekho nhlobo, umbonisi wedolobha (noma umbonisi owengamele uma kuyidolobha elincane) kufanele athinte abashicileli bebhuku lezingcingo anezele amahholo angekho noma alungise izinhlu uma kudingekile, elandela ngokucophelela iziqondiso ze-Nkonzo Yethu YoMbuso.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela