Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/00 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2000
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2000
km 7/00 k. 3

IZaziso

◼ Isipho sencwadi ngo-July no-August: Kungase kusetshenziswe noma iyiphi yezincwajana ezilandelayo ezinamakhasi angu-32: IGama LaPhezulu Eliyohlala Phakade, Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Kwenzekani Kithina Lapho Sifa?, Lapho Ufelwa Othandekayo nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Lapho kufaneleka khona kungase kuhanjiswe incwajana ethi Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, Incwadi Yabo Bonke Abantu nethi Our Problems—Who Will Help Us Solve Them? Ngo-September: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila. Ngo-October: Omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama!

◼ Kusukela ngo-September, ababonisi besifunda bayonikeza inkulumo yeningi enesihloko esithi “Ukubusa Komuntu Kubekwe Esilinganisweni.”

◼ Amabandla kufanele aqale uku-oda amafomu anele onyaka wenkonzo ka-2001 e-odeni lawo lezincwadi lango-July. Sizani niwasebenzise ngokuwonga la mafomu. Kufanele asetshenziselwe injongo yawo kuphela.

◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

Sinake Isiprofetho SikaDaniyeli!—I-Braille YesiNgisi

◼ Ama-video Amasha Atholakalayo:

Induduzo Ngabacindezelekile (Tract No. 20)—ULimi Lwezandla LwaseMelika

Lapho Ufelwa Othandekayo— ULimi Lwezandla LwaseMelika

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela