Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/98 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
km 7/98 k. 7

IZaziso

◼ Isipho senyanga sango-July nango-August: Kungase kuhanjiswe noma iyiphi yalezi zincwajana ezinamakhasi angu-32 ezilandelayo ngomnikelo ka-R1,20 iyinye: Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Lapho Ufelwa Othandekayo nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Incwajana ethi Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, Incwadi Yabo Bonke Abantu, Our Problems—Who Will Help Us Solve Them? nethi Will There Ever Be a World Without War? zingahanjiswa lapho kufaneleka. Ngo-September: Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade ngomnikelo ka-R5,00 enoqwembe oluqinile, ngo-R3,75 enoqwembe oluthambile. Ngo-October: Umagazini INqabayokulinda ne-Phaphama!

◼ Njengoba inyanga ka-August inezimpelasonto ezinhlanu eziphelele, iyisikhathi esihle sokuba abaningi babe amaphayona asizayo.

◼ Kusukela ngo-September, ababonisi bezifunda bazonikeza inkulumo yeningi enesihloko esithi “Ingabe Uhamba NoNkulunkulu?”

◼ Amabandla akhunjuzwa ukuba a-ode amafomu anele angonyaka wenkonzo ka-1999. La mafomu akufanele asaphazwe; kufanele asetshenziselwe injongo enzelwe yona kuphela.

◼ Sizani niphawule ukuthi, kusukela ngo-July 1, 1998, amanani ezikhokhelo eziza ngeposi akhuphuke ngale ndlela:

Amaph. Ibandla

Neningi

Omagazini abaphuma kabili ngenyanga:

Unyaka R 38,00 R 50,00

Izinyanga eziyisithupha 19,00 25,00

Omagazini abaphuma kanye ngenyanga:

Unyaka kuphela 19,00 25,00

INqabayokulinda Yamagama Amakhulu (NgesiNgisi kuphela):

Unyaka kuphela 48,00 57,00

Amakhasethi alalelwayo (NgesiNgisi kuphela):

Ngonyaka kuphela 182,00 200,00

Alukho ushintsho emananini ezikhokhelo ze-club system. Sizani nilungise ngokufanele Uhlu lwenu Lwamanani.

◼ SIZANI NIPHAWULE: Kunoshintsho emhlanganweni wesigodi olandelayo:

Ngo-December 18-20: EGaborone (IsiTswana kuphela; asisekho isiNgisi)

◼ Ama-Compact Disc Amasha Atholakalayo:

I-Kingdom Melodies, Volume 8 (Umculo we-orchestra; ibandla, iningi namaphayona: R17,00)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela