Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/98 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
km 5/98 k. 3

IZaziso

◼ Isipho sencwadi sango-May: Isikhokhelo sonyaka esifika ngeposi somagazini be-Nqabayokulinda abaphuma kabili ngenyanga ngomnikelo ka-R48,00. Isikhokhelo sonyaka somagazini abaphuma kanye ngenyanga noma sezinyanga eziyisithupha somagazini abaphuma kabili ngenyanga singu-R24,00. Isikhokhelo se-club system singu-R24,00 no-R12,00 ngokulandelana. Uma isikhokhelo senqatshwa, hambisa INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo YamaKristu YesiGreki kanye nomagazini ababili ngomnikelo ka-R6,00. Ngo-June: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila ngomnikelo ka-R15,00, noma Ukufuna Kwesintu UNkulunkulu ngomnikelo ka-R7,50. Ngo-July nango-August: Kungase kuhanjiswe noma iyiphi yezincwajana ezilandelayo ezingangomagazini ezinamakhasi angu-32 ngomnikelo ka-R1,20 iyinye: Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Lapho Ufelwa Othandekayo nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Izincwajana ezingangomagazini, ethi Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, Incwadi Yabo Bonke Abantu, Our Problems—Who Will Help Us Solve Them? nethi Will There Ever Be a World Without War? zingase zihanjiswe lapho kufaneleka khona.

◼ Kusukela ngesonto lika-September 21, 1998, eSifundweni Sencwadi Sebandla kuzofundwa uchungechunge lwezincwajana ezingangomagazini, kuqalwe ngethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?

◼ Njengoba singasathumeli izingubo zokugqoka eziningi ezinikelwe emagatsheni esakhelene nawo, sizani ningabe nisanikelela le njongo izingubo ezike zasetshenziswa kuze kube yilapho siphinda sinazisa. Nokho, uma ufisa ukunikela ngezingubo ezike zasetshenziswa ezikahle noma ezintsha unikelele amalungu omkhaya waseBethel, wamukelekile ukwenza kanjalo.

◼ SIZANI NIPHAWULE: Indawo yomhlangano waseVenda iye yashintshwa ngale ndlela:

Ngo-January 1-3, 1999: Thohoyandou

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela