Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/92 k. 2
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
km 3/92 k. 2

IZindaba Ezingokwasezulwini

ENingizimu Afrika: Ingqikithi engu-12-498 yabamemezeli, amaphayona, kanye namaphayona akhethekile esikhashana yahlanganyela emkhankasweni wensimu engabelwe ngonyaka odlule. Lezikhonzi zasebenza amahora angu-140 556 enkonzweni. Zahambisa izincwadi ezingu-11-870, izincwajana ezingu-38 159, kanye nomagazini abangu-65 800, futhi zathola izikhokhelo ezingu-274. Zenza izimpindelo ezingu-13 906 futhi zaqhuba izifundo zeBhayibheli ezingu-1859. Lapho kunokwenzeka khona, sinikhuthaza ukuba niwulandelele lomsebenzi omuhle ngokuhlala nithintana nalabantu abathakazelayo. Izinyanga uAugust, September, kanye no-October ziphinde zabekelwa eceleni ngenjongo yomkhankaso wensimu engabelwe kulonyaka.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela