Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/91 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
km 3/91 k. 3

IZaziso

● Isipho sencwadi sangoMarch: IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze! ngomnikelo ka-R7,50. Uma singathathwa kungahanjiswa incwadi ethi Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, ngomnikelo ka-R3,75. NgoApril nangoMay: Isikhokhelo seNqabayokulinda ngomnikelo ka-R16,00 kweziphuma kabili ngenyanga. Izikhokhelo zonyaka kweziphuma kanye ngenyanga nezikhokhelo zezinyanga eziyisithupha kweziphuma kabili ngenyanga ziwu-R8,00. NgoJune: Ukufuna Kwesintu UNkulunkulu ngomnikelo ka-R3,75.

● Umbonisi owengamele noma othile owabelwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngoMarch 1 noma ngokushesha ngangokunokwenzeka ngemva kwalokho. Yenza isaziso ebandleni uma lokhu sekwenziwe.

● Amabandla acula ngaphandle kosizo lwezinsimbi zomculo akhuthazwa ukuba a-ode amakhasethi noma amarekhodi eNhlanganweni. Iculo elithi Sing Praises to Jehovah liyatholakala kuyialbhamu enamakhasethi ayisishiyagalombili ngo-R54,00 noma ngamarekhodi ngo-R48,00. Amabandla angase akwazi ukuthenga isethi yama-albhamu amahlanu ngo-R250,00 enamakhasethi angu-113.

● IMIHLANGANO YESIGODI KA-1991: Amalungiselelo angakaqiniseki enziwayo emihlangano yesigodi yezinsuku ezintathu ami kanje:

November 15-17: ESt. Helena

December 6-8: EWindhoek

December 13-15: EBloemfontein, eThekwini, eGaborone, kwaManzini, eNkowankowa, eOngwediva

December 20-22: EKapa, Empangeni, eGoli, eLebowa-Kgomo, eMafikeng, eMaputo, eMdantsane

December 27-29: KaNyamazane, eMaseru, eNewcastle, ePort Elizabeth, ePitoli

January 3-5, 1992: EMtata

● Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

“All Scripture Is Inspired of God and Beneficial,” uHlelo luka-1990 (ibandla neningi: R8,00; amaphayona: R5,20)—ngesiBhunu

● Ezingasenakuphinde Zibe Khona Esitokweni:

Ukuhlola ImiBhalo Nsuku Zonke—1991—ngesiTswana

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela