Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
JULY 2-8
Ekuhambiseni izincwajana ezingangomagazini
1. Iyiphi oyoyihambisa, futhi ngani?
2. Uyosihlanganisa kanjani isipho neSihloko Sengxoxo?
3. Ungaholela kanjani esifundweni?
JULY 9-15
Uyosiqalisa kanjani isifundo
1. Ekuhambeleni kokuqala?
2. Ekuphindeleni lapho washiya khona incwajana engangomagazini?
JULY 16-22
Ubufakazi bunganikezwa kanjani uma
1. Umninikhaya engawuvuli umnyango?
2. Indoda ithi isayobiza umkayo?
3. Umuntu ethi, “Asifuni ukuthenga lutho”?
4. Omunye ethi, “Fika ngesinye isikhathi”?
JULY 23-29
Lapho kunesimo sezulu esibandayo noma lina
1. Ungahlanganyela kanjani emsebenzini wendlu ngendlu?
2. Ungenza kanjani ukuba wamukelwe?
JULY 30–AUGUST 5
1. Bukezani iSihloko Sengxoxo.
2. Cabangelani amaphuzu okukhulunyelwa avela ezincwajaneni ezingangomagazini.