Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/90 k. 7
  • Izaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
km 3/90 k. 7

Izaziso

● Isipho sencwadi ngoMarch: IBhayibheli—Izwi LikaNkulunkulu noma Elomuntu ngomnikelo ka-R2,50. NgoApril nangoMay: Isikhokhelo seNqabayokulinda. Izikhokhelo zonyaka zomagazini abaphuma kabili ngenyanga zingu-R12,00. Izikhokhelo zonyaka zomagazini abaphuma kanye ngenyanga nezikhokhelo zezinyanga eziyisithupha zomagazini abaphuma kabili ngenyanga zingu-R6,00. Lapho isikhokhelo singatholakali khona, kungahanjiswa omagazini ababili nanoma iyiphi incwajana engangomagazini ngaphandle kwethi Isikole, ngomnikelo ka-R1,95. NgoJune: Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo ngomnikelo ka-R3,75.

● Umbonisi owengamele noma othile owabelwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngoMarch 1 noma ngokushesha ngangokunokwenzeka ngemva kwalokho.

● Amabandla kufanele aqale uku-oda imiqulu yeWatchtower neAwake! ka-1989. Lemiqulu iyotholakala ngesiDashi, isiNgisi, isiFulentshi, isiJalimane, isiGreki, isiNtaliyane, isiPutukezi, nangesiPanishi. Imali akufanele ihambisane nama-oda uma ibandla lakini line-akhawunti yezincwadi eNhlanganweni. Imali yalemiqulu iyothathwa kuyi-akhawunti yebandla yezincwadi. Kuyobhalwa ukuthi “Kusazothunyelwa” kuma-invoice ebandla kuze kube yilapho imiqulu isitholakala futhi isithunyelwe. Amabandla anesikweletu kuma-akhawunti awo ezincwadi kufanele athumele ama-oda awo kanye nemali. Imiqulu iyisitokwe esilinganiselwe futhi iyobiza u-R15,50 umunye ebandleni, kubamemezeli, nakumaphayona.

● Amabandla manje asengayi-oda imiqulu yeWatchtower enyatheliswe kabusha yonyaka ka-1974. Sizani ningawafaki ama-oda emiqulu yeminyaka engemva kuka-1974 kuze kumenyezelwe kuyiNkonzo Yethu Yombuso ukuthi isiyatholakala.

● Amakhasethi Amasha Atholakalayo:

UJehova Ukhulula Labo Ababiza Egameni Lakhe—Idrama (ikhasethi elilodwa; ibandla neningi: R6,50; amaphayona: R5,75)—ngesiBhunu, isiPedi, isiSuthu, isiTswana, isiXhosa, nangesiZulu

IziNgoma ZoMbuso No. 2 (ibandla neningi: R6,50; amaphayona: R5,75)—NgesiZulu

● Ezitholakalayo Futhi ENingizimu Afrika:

Ikusasa Elilondekile—Indlela Ongalithola Ngayo—NgesiBhunu, isiNgisi, isiPedi, isiSuthu, isiTswana, isiXhosa, nangesiZulu

Ingabe Ukhona UNkulunkulu Onendaba—NgesiBhunu, isipedi, isiSuthu, isiTswana, nangesiZulu

Jehovah’s Witnesses and the Question of Blood—NgesiNgisi

Kukhona Okwengeziwe Ekuphileni!—NgesiBhunu, isiNgisi, isiPedi, isiSuthu, isiTswana, isiXhosa, nangesiZulu

“Lezi Zindaba Ezinhle Zombuso”—NgesiBhunu, isiNgisi, isiHerero, isiKwanyama, isiPedi, isiSuthu, isiTsonga, isiTswana, isiVenda, isiXhosa, nangesiZulu

● Amakhasethi Atholakalayo Futhi ENingizimu Afrika:

Hubani Izindumiso ZikaJehova—IQoqo lama-Albhamu amahlanu (iqoqo lamakhasethi angu-113 kuma-albhamu amahlanu)

Jehovah’s Name to Be Declared in All the Earth—Idrama (ikhasethi elilodwa)—NgesiNgisi

Beware of Losing Faith by Drawing Away From Jehovah—Idrama (ikhasethi elilodwa)—NgesiNgisi

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela