Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
DECEMBER 4-10
Isipho esisha sangoDecember
1. Yimaphi amaphuzu ayinhloko esipho?
2. Siyozanelisa kanjani izidingo zabantu kulendawo?
DECEMBER 11-17
Ngencwadi ethi Izindaba ZeBhayibheli
1. Yiziphi izingxenye noma izindaba oye waziqokomisa ezisohlwini lokuphakathi?
2. Yimaphi amaphuzu akhethekile noma imifanekiso oye wakuqokomisa?
DECEMBER 18-24
Phakathi nenkathi yamaholide
1. Usabela kanjani ekubingelelweni kwangenkathi yamaholide?
2. Ungayisebenzisa kanjani eyabaseKolose 4:6 lapho ufakaza?
DECEMBER 25-31
Ukufakaza kubantu abasebasha
1. Kungani ukuqonda kudingekile lapho kukhulunywa nentsha?
2. Ungakuthola kanjani ukusekela kwabazali?