Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/89 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
km 9/89 k. 7

IZaziso

● Isipho sencwadi sangoSeptember: Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni ngomnikelo ka-R7,50. Izincwadi ezincane ngo-R3,75. Ngo-October: Isikhokhelo sonyaka sePhaphama! ngomnikelo ka-R6,00, noma seNqabayokulinda ngomnikelo ka-R12,00, noma zombili, ngomnikelo ka-R18,00. NgoNovember: Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise nethi “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha” ngomnikelo ka-R3,25. NgoDecember: INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli ngomnikelo ka-R7,50.

● Wonke amabandla athunyelelwa amafomu okuoda ama“Medical Document” kanye nama“Identity Card.” Abiza u5c lilinye. Lamakhadi okumelwe akhishwe ngokushesha lapho etholwa kodwa kufanele agcinwe kuze kutholwe esinye isiqondiso sokuwanikeza abazalwane ekupheleni konyaka wekhalenda.

● Ekuqaleni kukaSeptember kuzothunyelwa amafomu alandelayo amahhala kuwo wonke amabandla abaNsundu: Ifomu i“Literature Order” (S-14), ifomu Lemali Ethunyelwayo Nesicelo Sesaphulelo (S-20) kanye neleZikhokhelo Zamasonto Onke (M-203). Amanye amafomu kumelwe a-odwe efomini i“Literature Order” (S-14).

● NgoMgqibelo, kaOctober 14, 1989, ikhaya laseBethel nefektri kuyobe kuvaliwe ngenjongo yokukuhlanza, ngakho ngeke abe khona amalungiselelo okubona indawo.

● Umkhosi WeSikhumbuzo ka-1990 uyoba ngoLwesibili, April 10, ngemva kokushona kwelanga. Lesisaziso sinikezwa kusengaphambili ukuze abazalwane benze amalungiselelo adingekayo amahholo asetshenziswayo lapho kunamabandla amaningi kakhulu asebenzisa iHholo LoMbuso elilodwa futhi kumelwe bathole ezinye izindawo.

● Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

Watch Tower Publications Index 1986-1988 (ibandla neningi: R3,25; amaphayona: R2.00)​—ngesiNgisi

OFakazi BakaJehova​—Ngobunye Benza Intando KaNkulunkulu Emhlabeni Wonke​—ngesiJapane

● Ezitholakalayo Futhi ENingizimu Afrika:

Life​—How Did It Get Here? By Evolution or by Creation? (encane)​—ngesiGreki

Sing Praises to Jehovah​—I-albhamu eyodwa (amakhasethi ayisishiyagalombili ku-albhamu)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela