Umbiko Wenkonzo Ka-April
Ingqik. Amaph. Amaph.
Yabame. Asizayo Avamile
Botswana 550 93 42
Lesotho 1 005 175 121
Namibia 522 59 54
St. Helena (Mar.) 96 3 1
Swaziland 1 169 78 172
ENingizimu Afrika 45 568 6 061 3 509
Nenze kahle bafowethu! NgoApril kwafinyelelwa amanani aphakeme amasha abamemezeli, amaphayona asizayo, amahora, omagazini, izimpindelo nezifundo zeBhayibheli. Kwabikwa amahora angaphezu kwayi-1 087 000 nabaye bakhonza njengamaphayona asizayo abayizi-6 061.