Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/89 k. 4
  • Izindaba Ezibalulekile Eziphathelene Namafa

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izindaba Ezibalulekile Eziphathelene Namafa
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
km 3/89 k. 4

Izindaba Ezibalulekile Eziphathelene Namafa

Ungase ufisele ukugcina ikhophi yefa lakho, emvilophini evaliwe, kunobhala webandla noma komunye umzalwane onokwethenjelwa ukuze ayigcine. Ekufeni kwakho abazalwane bayokwazi ukuba nezwi efeni lakho futhi bavimbele izihlobo ezingakholwa ekubeni zenze ngokuphambene nezifiso zakho.

Yisho ngokucacile encwadini yakho yefa ukuthi ufisa ukungcwatshwa isikhonzi soFakazi BakaJehova.

Esimweni lapho i-Jehovah’s Witnesses of South Africa ingabadli befa, abazalwane kumelwe bazise ihhovisi lomgcini-zimali weNhlangano ngaphandle kokulibala ngokufa kwalowo owayephisane ngefa.

Bonke onobhala bamabandla banamakhophi efomu leNhlangano i-Information Regarding Gifts and Wills futhi noma ubani ofisela ukubhala ifa angazuza ngokulifunda. (Siza ubheke i-kmZU kaNovember 1988, ukuze uthole imininingwane eyengeziwe.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela