Okutholakala Ku-JW.Org
Kusukela kulo magazini, INqabayokulinda izokhangisa ngezihloko ezintsha ngaphambilini ezazinyatheliswa komagazini bethu kodwa manje esezitholakala ku-jw.org.
USIZO LOMNDENI
Indlela Yokulawula Intukuthelo Yakho
Ukuvutha ngentukuthelo kungalimaza impilo yakho, kodwa ukuyibamba nakho kungakulimaza. Ungayilawula kanjani intukuthelo yakho lapho ulingeka ukuba ubhoke ngolaka?
(Yiya kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > UMSHADO NOMNDENI.)
IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA
Ukuba kuka-Antonio nodlame nokusebenzisa kwakhe izidakamizwa notshwala kwamenza waba nomuzwa wokuthi ukuphila akunanjongo. Yini eyashintsha ukucabanga kwakhe?
(Yiya kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > UKUTHULA NENJABULO.)