Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w18 Septhemba k. 2
  • Okuphakathi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okuphakathi
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
w18 Septhemba k. 2

Okuphakathi

ISONTO LIKA-OKTHOBA 29, 2018–NOVEMBA 4, 2018

3 “Uma Nizazi Lezi Zinto, Niyajabula Uma Nizenza”

Ulwazi lusisiza kuphela uma silusebenzisa. Kodwa kudingeka sithobeke ukuze sikusebenzise lokho esikufundayo. Lesi sihloko sizosikhuthaza ukuba sihlale sithobekile ngokulingisa izibonelo zabantu abaseBhayibhelini abashumayeza abantu bazo zonke izinhlobo, babathandazela futhi balinda uJehova ngesineke ukuba athathe isinyathelo.

8 Bazalwane Asebekhulile—UJehova Uyajabula Ngobuqotho Benu

ISONTO LIKA-NOVEMBA 5-11, 2018

12 Qhubeka Ubonisa Uthando Olwakha Abanye

Kulezi zikhathi ezinzima, kulula ukudumazeka noma ukukhungatheka ngenxa yezinselele zokuphila. UJehova noJesu bayasisiza ukuba sikhuthazele. Kodwa sonke sinomthwalo wokududuzana nokukhuthazana. Lesi sihloko sibonisa indlela esingakhuthazana ngayo ngothando.

ISONTO LIKA-NOVEMBA 12-18, 2018

17 Bayajabula Abakhonza ‘UNkulunkulu Ojabulayo’

UJehova unguNkulunkulu ojabulayo ofuna izinceku zakhe zijabule. Nokho, singajabula kanjani naphezu kwezinselele nobunzima obubangelwa yizwe likaSathane? ENtshumayelweni yaseNtabeni, uJesu wanikeza izeluleko ezingasisiza sihlale sijabule.

22 Ingabe Uyasazi Isikhathi?

ISONTO LIKA-NOVEMBA 19-25, 2018

23 Uyasicabangela Yize EnguMninimandla Onke

ISONTO LIKA-NOVEMBA 26, 2018–DISEMBA 2, 2018

28 Yiba Ocabangelayo Nonomusa Ulingise UJehova

Ezweni elinabantu abazicabangelayo, ibandla lobuKristu liqhubeka liyindawo enothando. Okunye okuhlanganiswa yilolo thando ukucabangela abanye, okuyinto okukhulunywa ngayo kulezi zihloko ezimbili. Okokuqala, sizobona indlela enhle uJehova asibekela ngayo isibonelo sokucabangela abanye. Ngemva kwalokho sizohlola izindlela ezingokoqobo esingamlingisa ngazo.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela