Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w18 Juni k. 2
  • Okuphakathi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okuphakathi
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
w18 Juni k. 2

Okuphakathi

ISONTO LIKA-AGASTI 6-12, 2018

3 “UMbuso Wami Awuyona Ingxenye Yaleli Zwe”

ISONTO LIKA-AGASTI 13-19, 2018

8 Kwangathi Sonke Singaba Munye Njengoba UJehova NoJesu Bemunye

Abantu ngosuku lukaJesu babehlukaniswe ezombusazwe, izindaba zomphakathi kanye nokuhluka kwezinhlanga. Kulezi zihloko ezimbili sizobona indlela uKristu afundisa ngayo abalandeli bakhe ukuba babe nobunye futhi banqobe ubandlululo oluhlukanisa abantu. Sizobona nokuthi isibonelo sabo singasisiza kanjani senze okufanayo kuleli zwe elihlukene.

13 Wayengase Athole Izibusiso ZikaNkulunkulu

ISONTO LIKA-AGASTI 20-26, 2018

16 Vumela Imithetho KaNkulunkulu Nezimiso Zakhe Ziqeqeshe Unembeza Wakho

Ukuze unembeza wethu ube yisiqondiso esinokwethenjelwa kumelwe uqeqeshwe. Ngothando, uJehova uye wasinika imithetho nezimiso ukuze asisize silungise unembeza wethu ukuze sibheke izinto ngendlela azibheka ngayo. Lesi sihloko sixoxa ngendlela esingazisebenzisa ngayo izimiso zeBhayibheli ekuphileni kwethu.

ISONTO LIKA-AGASTI 27, 2018–SEPTHEMBA 2, 2018

21 “Ukukhanya Kwenu Makukhanye” Ukuze Kukhazimulise UJehova

UJesu wanxusa abafundi bakhe ukuba benze ukukhaya kwabo kukhanye ukuze bakhazimulise uNkulunkulu. Lesi sihloko sisinikeza amacebiso awusizo, okuyothi uma siwasebenzisa asisize senze ‘ukukhanya kwethu kukhanye’ ngokugcwele.

26 Indaba Yokuphila​—Ngaduduzwa Kuzo Zonke Izinkathazo Zami

30 Amandla Okubingelela

32 Uyakhumbula?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela