Okuphakathi
3 Indaba Yokuphila—Isiqalo Esinzima—Isiphetho Esicebile
9 Ukuthula—Ungakuthola Kanjani?
ISONTO LIKA-JULAYI 9-15, 2018
12 UJehova Uyabathanda Labo ‘Abathela Izithelo Ngokukhuthazela’
ISONTO LIKA-JULAYI 16-22, 2018
17 Okwenza ‘Siqhubeke Sithela Izithelo Eziningi’
Isihloko sokuqala sixoxa ngomfanekiso kaJesu womvini nomfanekiso womhlwanyeli futhi sichaza lokho le mifanekiso esifundisa khona ngomsebenzi wokushumayela. Isihloko sesibili sidingida izizathu eziningana ezingokomBhalo ezisishukumisela ukuba sishumayele ngokukhuthazela.
ISONTO LIKA-JULAYI 23-29, 2018
ISONTO LIKA-JULAYI 30, 2018–AGASTI 5, 2018
27 Basha—Melanani Ngokuqinile NoDeveli
USathane uyisitha sethu. Lingakanani ithonya lakhe? Ingabe amandla akhe anomkhawulo? NjengamaKristu, kungakhathaliseki ukuthi sibancane noma sibadala, singamelana kanjani naye? Lezi zihloko ezimbili zizophendula le mibuzo futhi zizosisiza siqinise ukuzimisela kwethu ukumelana noDeveli.