Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w18 Januwari k. 2
  • Okuphakathi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okuphakathi
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
w18 Januwari k. 2

Okuphakathi

3 Bazinikela Ngokuzithandela—EMadagascar

ISONTO LIKA-FEBHUWARI 26, 2018–MASHI 4, 2018

7 “Unika Okhatheleyo Amandla”

Lapho sicindezelwe izinkinga zokuphila, yini esingayenza? Lesi sihloko sixoxa ngomBhalo wonyaka ka-2018 futhi sibonisa ukuthi kungani kudingeka sinike uJehova ithuba lokusiqinisa nokuthi uzokwenza kanjani lokho.

ISONTO LIKA-MASHI 5-11, 2018

12 Isikhumbuzo Sibuthuthukisa Kanjani Ubunye Bethu?

ISikhumbuzo sokufa kukaJesu sizoba ngoMgqibelo ngoMashi 31, 2018. Yini esingayenza manje ukuze silungele lesi senzakalo, sizozuza kanjani ngokuba khona futhi lesi senzakalo saminyaka yonke sibuthuthukisa kanjani ubunye babantu bakaNkulunkulu emhlabeni wonke? Thola izimpendulo kulesi sihloko.

ISONTO LIKA-MASHI 12-18, 2018

17 Kungani Kufanele Uphe UMuntu Onakho Konke?

Konke esinakho kuvela kuJehova. Nokho, ulindele ukuba sisebenzise imali yethu ukuze sisekele umsebenzi owenziwa yinhlangano yakhe namuhla. Lesi sihloko sizoxoxa ngokuthi kungani kumelwe sidumise uJehova ngezinto zethu zenani elikhulu nokuthi lokho singakwenza kanjani.

ISONTO LIKA-MASHI 19-25, 2018

22 Uthando Olunjani Olusenza Sijabule Ngempela?

ISONTO LIKA-MASHI 26, 2018–EPHRELI 1, 2018

27 Bona Umehluko Phakathi Kwabantu Abakhonza UJehova Nalabo Abangamkhonzi

Isihloko sokuqala sikhuluma ngokuthi injabulo yangempela siyithola lapho sithanda uNkulunkulu hhayi othandweni mbumbulu olugcwele kulezi ‘zinsuku zokugcina.’ (2 Thim. 3:1) Isihloko sesibili sichaza indlela ubuntu babantu kulezi zinsuku zokugcina obuhluke ngayo ebuntwini babantu bakaNkulunkulu.

32 INGABE BEWAZI?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela