Okuphakathi
3 Indaba Yokuphila—Ukuba “Yizinto Zonke Kubantu Bazo Zonke Izinhlobo”
ISONTO LANGO-JANUARY 30, 2017–FEBRUARY 5, 2017
8 Ngomusa Ongafanelwe Nakhululwa
ISONTO LANGO-FEBRUARY 6-12, 2017
13 “Ukunaka Umoya Kusho Ukuphila Nokuthula”
KweyabaseRoma izahluko 6 no-8, sithola ukwaziswa okubalulekile ngokuphathelene nokuphila kwethu njengamaKristu. Ukufunda lokho kwaziswa kungasisiza sizuze emseni ongafanelwe kaNkulunkulu futhi sihlale sigxile kulokho okuyoba nemiphumela emihle ehlala njalo.
18 Usakhumbula?
ISONTO LANGO-FEBRUARY 13-19, 2017
19 Phonsa Zonke Izinkathazo Zakho Phezu KukaJehova
ISONTO LANGO-FEBRUARY 20-26, 2017
24 UJehova Uyabavuza Labo Abamfuna Ngobuqotho
Isihloko sokuqala kulezi ezimbili sidingida indlela esingaphonsa ngayo izinkathazo zethu kuNkulunkulu. Isihloko sesibili sichaza indlela esingaqinisa ngayo ukholo lwethu ngokuqiniseka ngokuthi uNkulunkulu uvuza labo abamfuna ngobuqotho. Sisibonisa nendlela ithemba lomvuzo elisizuzisa ngayo.