Ikhasi 32
◼ Funda ngesixazululo sezinkinga ezikhungethe umhlaba wonke namuhla. Bheka ikhasi 5.
◼ Abasinda lapho ibhungu elithile livulela inhlamvu esikoleni saseWinnenden, eJalimane, basitshela ukuthi bazama kanjani ukubhekana nemiphumela yaleso sigameko esishaqisayo. Bheka ikhasi 9.
◼ Yayingubani iNkosi uHerode eyayifuna ukubulala usana olunguJesu? Bheka ikhasi 13.
◼ Yini oyaziyo ngoNyaka Omusha WamaShayina ogujwa abantu baseMpumalanga? Bheka ikhasi 20.
◼ Funda ngomculo wangezikhathi zeBhayibheli ngokufunda ngokuphila kweNkosi uDavide. Bheka ikhasi 26.
◼ Ake aba khona ngempela yini amakhosi amathathu, noma izazi ezintathu, ezaya kuJesu owayesemkhombeni zayomkhunga? Bheka ikhasi 31.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 32]
Starving children: WHO/OXFAM