Ikhasi 32
◼ Ibuphi ubufakazi obukhona obubonisa ukuthi uJesu wake waphila ngempela? Bheka ikhasi 7.
◼ Kungani kubalulekile ukuqeda ukungabaza onakho ngoNkulunkulu? Bheka ikhasi 9.
◼ Ungayilungiselela kanjani ingane yakho eyeve eminyakeni eyishumi nambili ukuba ibhekane nezinselele zokuba umuntu omdala? Bheka amakhasi 10-12.
◼ Imimoya emibi ingakulimaza kanjani? Bheka ikhasi 20.
◼ Ingabe uNkulunkulu unikeza abantu amandla okuphulukisa ngokuyisimangaliso namuhla? Bheka ikhasi 28.