Ikhasi 32
◼ Ingabe iBhayibheli lazibikezela izinkinga esizibona emhlabeni namuhla? Bheka ikhasi 6.
◼ Ingabe singakwazi yini ukulingisa uNkulunkulu? Uma kunjalo, singamlingisa kanjani? Bheka ikhasi 15.
◼ Yini bonke abantwana abayidingayo koyise? Bheka ikhasi 18.
◼ Yini esingayifunda kuMariya ezenzakalweni eziphathelene nokuzalwa kukaJesu? Bheka ikhasi 22.
◼ Uma u-Adamu ayephelele, kwenzeka kanjani ukuba one? Bheka ikhasi 27.