Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w92 4/1 k. 32
  • Usuku Okumelwe Lukhunjulwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Usuku Okumelwe Lukhunjulwe
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1992
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1992
w92 4/1 k. 32

Usuku Okumelwe Lukhunjulwe

Ngobusuku bangaphambi kokuba afe, uJesu wahlanganyela nabaphostoli bakhe isinkwa esingenamvubelo nendebe yewayini futhi wathi: “Yenzani lokhu ukuba ningikhumbule.”—Luka 22:19. Kulonyaka umkhosi wokugujwa kwesicelo sakhe uqondana noApril 17, ngemva kokushona kwelanga.

Ngenxa yalokho, oFakazi BakaJehova emhlabeni wonke bazobuthana ngalobusuku obukhethekile ukuze baphinde benze leSikhumbuzo ngendlela uJesu acela ukuba senziwe ngayo. Umenywa ngokufudumele kakhulu ukuba uhlanganyele nathi. Siza uthintane noFakazi BakaJehova endaweni ohlala kuyo ukuze uthole isikhathi esiqondile nendawo okuzohlanganelwa kuyo.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela