Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w91 1/15 k. 32
  • Phaphama!, Ithonya Ukuphila

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Phaphama!, Ithonya Ukuphila
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1991
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1991
w91 1/15 k. 32

Phaphama!, Ithonya Ukuphila

IPhaphama! ikhishwa ngezilimi ezingu-64, futhi inyatheliswa ngesilinganiso samakhophi angu-12 980 000 umagazini ngamunye. Abafundi emhlabeni wonke bayawujabulela futhi bazuze kuwo, njengoba kwembula izincwadi zabo zokubonga. Ihhovisi legatsha leWatch Tower eGhana, eNtshonalanga Afrika, lathola lamazwi alandelayo:

“Ngingomunye wabafundi abavamile bakamagazini wenu owaziswa kakhulu, ofundisayo futhi ongoweBhayibheli iPhaphama! Okuqukethwe yilomagazini kuye kwathonya indlela yami yokuphila ngezindlela eziningi kakhulu! Ngithanda kakhulu ukuwufunda lomagazini kangangokuba noma nini lapho ngithola khona ikhophi ngivele ngingakunaki ukudla, nakuba ngingoweSonto lamaRoma Katolika.”

Sinomuzwa wokuthi kungakhathaliseki ukuthi ungaphansi kwayiphi inkolo, nawe ngokufanayo uzozuza ezihlokweni ezikhangayo zePhaphama!

Ngingathanda ukuba umagazini wePhaphama! ulethwe ekhaya lami. (Ngaphandle kweR.S.A., bhalela igatsha leWatch Tower elisendaweni yakini ukuze uthole ukwaziswa. Bheka ikhasi 2.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela