Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w90 11/1 k. 32
  • Ungakujabulela Ukuvakashelwa

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ungakujabulela Ukuvakashelwa
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
w90 11/1 k. 32

Ungakujabulela Ukuvakashelwa

Omunye woFakazi BakaJehova angathanda ukukuvakashela futhi akusize ukuba wandise ulwazi lwakho ngoNkulunkulu, uMbuso wakhe, nezinjongo zakhe, njengoba zilotshwe eBhayibhelini. Siyaqiniseka ukuthi lokhu kwaziswa kuzokusiza, ngoba kuyonikeza izimpendulo ezinokwethenjelwa ezinkingeni sonke esibhekene nazo namuhla. OFakazi BakaJehova banikeza imfundo yeBhayibheli yomuntu siqu neyeqembu mahhala.

Ngakho-ke uma ungathanda ukuba umuntu ofanelekayo akuvakashele ekhaya lakho, noma kwenye indawo efanelekile, siyokuhlela ngenjabulo. Uyosizakala ekutholeni hhayi izimpendulo emibuzweni yakho yeBhayibheli kuphela kodwa futhi nezimpendulo ezinkingeni zanamuhla ezingaxazululwa ngokusebenzisa izimiso zeBhayibheli. Ukuze usizakale ngalenkonzo, gcwalisa ukwaziswa okucelwe ngezansi bese ukuthumela ekhelini elisesigqebhezaneni.

Ngingathanda ukwazi okwengeziwe ngeBhayibheli. Ngicela nihlele ukuba othile angivakashele.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela