Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w90 10/15 k. 32
  • Ingabe IBhayibheli Ngempela LiyiZwi LikaNkulunkulu?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe IBhayibheli Ngempela LiyiZwi LikaNkulunkulu?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
w90 10/15 k. 32

Ingabe IBhayibheli Ngempela LiyiZwi LikaNkulunkulu?

Noma ingabe iBhayibheli limane nje lingenye incwadi eyaqanjwa umuntu? Ingabe isayensi iye yabonisa iBhayibheli linephutha? Ingabe izimangaliso ezibikwe eBhayibhelini zenzeka ngempela?

Incwadi evela eBuffalo, eNew York, yathi: “Ngisanda kuqeda ukufunda incwadi ethi IBhayibheli—Izwi LikaNkulunkulu Noma Elomuntu? Ayihlanganisi nje kuphela ngokugcwele konke ukusola komuntu iBhayibheli kodwa futhi inikeza izincazelo ezicacile zokuthi kungani kumelwe lamukelwe njengeZwi likaNkulunkulu.”

Zihlolele ngokwakho ubufakazi. Thola lencwadi enhle ngokugcwalisa futhi uthumele isigqebhezana esingezansi.

Ngingathanda ukuthola incwadi enoqwembe oluqinile enamakhasi angu-192 ethi IBhayibheli—Izwi LikaNkulunkulu Noma Elomuntu? (Ngaphandle kwaseR.S.A., bhalela igatsha leWatch Tower elisendaweni yakini ukuze uthole ukwaziswa. Bheka ikhasi 2.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela