Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w90 7/1 k. 32
  • Bahlelelwe Ukukhonza UNkulunkulu

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Bahlelelwe Ukukhonza UNkulunkulu
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
w90 7/1 k. 32

Bahlelelwe Ukukhonza UNkulunkulu

“Sengiqede izinkolo namahlelo enkolo ahlukahlukene,” kubhala indoda yaseMexico. “Kodwa angikaze ngikubone ukuhleleka okunje.” Lendoda yayisanda kuqeda ukufunda incwajana ethi OFakazi BakaJehova—Ngobunye Benza Intando KaNkulunkulu Emhlabeni Wonke. Yachaza: “Okungihlaba umxhwele du ukuzimisela enifeza ngakho ukuthunywa kokushumayela izindaba ezinhle zoMbuso endlini ngendlu, emsebenzini, emgwaqweni, emabhasini. Kuhle ukuthola abantu ababheka ukwenziwa kwentando kaNkulunkulu ngokungathi sina kulesikhathi sobuzenzisi obukhulu kangaka obungokwenkolo.”

Funda ukuthi yini oFakazi BakaJehova abayikholelwayo, indlela abahleleke ngayo, nendlela inhlangano yabo esebenza ngayo emhlabeni wonke. Cela ukuba uthunyelelwe izincwajana ezimbili ezinamakhasi angama-32 ethi OFakazi BakaJehova—Ngobunye Benza Intando KaNkulunkulu Emhlabeni Wonke nethi OFakazi BakaJehova Ekhulwini Lamashumi Amabili.

Ngingathanda ukwamukela izincwajana ezimbili ethi OFakazi BakaJehova—Ngobunye Benza Intando KaNkulunkulu Emhlabeni Wonke, nethi OFakazi BakaJehova Ekhulwini Lamashumi Amabili. (Ngaphandle kweR.S.A., bhalela igatsha leWatch Tower lasendaweni yakini ukuze uthole ukwaziswa. Bheka ikhasi 2.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela